Skip to content Skip to sidebar Skip to footer

(Download) "Ngife Olwembiza" by Nomonde Nelisiwe Jele " eBook PDF Kindle ePub Free

Ngife Olwembiza

📘 Read Now     📥 Download


eBook details

  • Title: Ngife Olwembiza
  • Author : Nomonde Nelisiwe Jele
  • Release Date : January 11, 2018
  • Genre: Literary,Books,Fiction & Literature,
  • Pages : * pages
  • Size : 130 KB

Description

Lena yindaba emfushane exwayisa ngesimo sokuqolwa kwabantu ngokuthi bakhohliswe ngabathize ukuthi balethe imali yabo kubo ukuze ibuye isiphindiwe. Kuthi uma sebeyifakile imali yabo kulelo bhanoyi maqede lindize noma liphahlake. Kungesikho ukuthi kukhulunywa ngebhanoyi elindiza phezulu kodwa kukhulunywa ngamaqola aganga ngabantu, amaqola athatha izimali zabantu ngomgunyathi maqede abantu besale bencela izithupha. Okubi kakhulu wukuthi lemali abasuke beyifake kulelo bhanoyi abanye babo basuke beyibolekile, abanye babo basuke bekade beyisebenzele iminyaka maqede bathathe umhlalaphansi. Aphunyelwe yimali yakhe yokugcina umuntu ngethemba lokuthi kuzobuya enye, ayithathe ayigibeze ebhanoyini maqede ibhanoyi lindize nayo noma liphahlake nayo, asale ebulawa wumzwangedwa. Into embi wukuthi leso senzo sigcina silimaze nalabo abaseceleni kwalowo olahlekelwe yimali ngoba abanye kusuke kuthenjwe bona.


PDF Books Download "Ngife Olwembiza" Online ePub Kindle